top of page
images.jpg

Rosary Group
 ROSARY - Thurs   8.30 am Prior to Mass

Umvumkholo wabaPhostoli / The Apostles' Creed / Credo (Archdiocese of Durban Version)

Ngiyakolwa kuNkulunkulu uYise uMninimandla onke-
umDali weZulu nomhlaba-
nakuJesu Kristo inDodana yakhe eyodwa iNkosi yethu-
owathatshathwa kuMoya Ocwebileyo-
wazalwa yiVirigo uMaria-
wahlushwa kubusa uPontio Pilato-
wanqanyulezwa, wafa, wembelwa-
wehla waya kwabafileyo-
ngosuku lwesithathu wabuye wavuka kwabafileyo-
wenyuka waya ezulwini-
uhlezi kwesokunene sikaNkulunkulu uYise uMninimandla Onke-
lapho eyakuvela khona-
ezothetha amacala abasekhona nabafileyo.-
Ngiyakholwa kuMoya Ocwebileyo-
IBandla elingcwele eliKhatholika-
ukuhlangana kwabacwebileyo-
ukuthethelelwa kwezono-
ukuvuka kwenyama-
nokuphila kwaphakade. Amen.

Just click to stop
or start the music

bottom of page